UGogo Owayazi Ukudansa | Awusoze Ukholelwe Okwenzekile Lapho Ngathola UGogo

UGogo Owayazi Ukudansa | Awusoze Ukholelwe Okwenzekile Lapho Ngathola UGogo

UGogo owayazi ukudansa, awusoze ukholelwe okwenzekile lapho ngathola UGogo NgoDecember wangonyaka ka2023 kunomngani wami owayehlala eThekwini manje ngyazi vele ukuthi akasebenzi ngididwa ukuthi ukhokha ngani irent kuleli flat.


Sithe sisahleli naye ubafo kuyenye nje iFriday siziphuzela kungene iCall athi uyabuya manje, aphume abuye esekhuluma nomuntu emnyango ay isgogwana esila ko60 something iminyaka, hay nginganaki ngishaywe introduction ubafo kwisgogwana sakhe abuze ugogo lo ukuthi awshongo ngani ukuthi uhleli nomngani wakho ngoba bengeke ngize phela ngilengise izandla lapho nale litre yesminorf seyaphela la.
Aphume umngan nesgogwana babuye sebephethe enye ilitre ne12 yeBlack Label amakani, sbungene lobtshwala nobafo kuze kube ukuth kuyahlwa ziya ko7 izkhath ngith ngsaya la eclubin kubafo ngoba vele besplan ukuya khona, athi uzonglandela ngith sharp.

After 1hour afike ubafo eclubin achaze ukuth ay uzvukele ngesgogwana yena la eTown esaseMbilo yiso esbhatala irent nokudla yena nje wenza umsebenzi kphela ngith ay sharp bafo ngya understander, sibuhlabe kuse emnyango ke. Kuseke kube yiSaturday siqhubeke sibushaye no bro wam la eflatin liyashisa nelanga sizpholele kufike isgogwana sisilethele isbhumbulu senkukhu yase Woolworths ey ngisho ngenhliziyo ngith haaaa uyaphila ubro wam la tjoh!


Bese sicela ulift ukuth akasishiye laphaya epoint sfun ukuy ebeach mind u lapho sifake ama jeans namateku,isgogwana sqale sisfake epep sthathe ophaqa ama vest izikhindi nobafo eh eh kumnand mos la haaa!!

Sbhukude bese syalandwa futh later ubafo aqale abhebhe bese syahambake isgogwana sesya kwaso nathi sisale kanjalo nobafo sizdlele ijiki.

Ey ubafo avele abize izfebe zaku Moore road, ksemnandi kunjalo sifike isgogwana kucinywe kwasa speaker leso sebluetooth sisthathe isgogwana sithi esaso leSpeaker tjoh kushube impela avele ubafo asthuke ngoba udakiwe, eh manje sengzame ukxolisela ubafo kusho isgogwana sgcine siythola laphoke inumber yam.

Ngithe sengsendlin kngene icall engingayazi ngithi hello ay sizchaze isgogwana sithi sifuna ukbuza ukuthi ngsase flatin yin ngoba umnganami akayabambi ifoni kudala efona, ngithi Cha ngihambe ekuseni ngaya ekhaya.

Ey sivele singbuze ukuthi linjani ibhabhalazi ngithi hayi ngiRight mina and lapho izikhathi o4 ntambama, sithi befuna ukungibona just to say sorry ngalento eyenzeke izolo siqukula iSpeaker nalokthukana kwabo, ngithi ey ku late manje ukuth ngaya eTown but ngingafika in an hour.


Ngiyikhombe esthawa ngempela ngfike unglindile logogo erank mangehla nje ngingene emotwen sihlale sime sxoxe hlampe 2hours lapho kuyahlwa ulokhu efona ethi yambona akayibambi ifoni ngiyacabanga usanezfebe zabo, ey nami ngilokhe ngimduduza ngithi ay uthe ufuna ukuya kubo ubafo for kuyophumuza inhloko lol.

Sekuwo 8 lapho sihleli emotweni sengdakiwe ngoba ungthengele i12 la emotweni, ey ngithi sekuhlwile manje ngzolala kuphi athi uzongi bhukhela logogo yena ayekwakhe, nangempela abhukhe.
Angnike iskhiye ngiye kwi room afone if sesendlini kwakhe athi uzongilethela intoyokudla ngithi no problem, afike ngempela ephethe KFC.

Ahlale duze kwam elokh engbamba bamba nam utshwala buthi ungalinge umyeke mudle mfan omdala.

Thumela amazwana

0 Amazwana