Ubusuku Obungasoze Ngabukhohlwa (Kodwa Angikwazi Ukuyeka Ukuhleka)

Ubusuku Obungasoze Ngabukhohlwa (Kodwa Angikwazi Ukuyeka Ukuhleka)

Sanibonaniso izolo njengoba bengise beach ngiphuza I LION, kudlule umfana ephethe ama muffin ngesitsha. Ngicele ukuthenga, shuthi umfana uzibonele u kleva and thought ngiyazi ukuthi ngithengani wathi esehamba wathi ungalidli lonke usazoshayela kuyagula yin lokhu? Ngizicabangela.

Aike ngihambe ngyodla lapha emahashahasheni I pleti la R45 cause I eat before I drink, ngiqede ngehlise nge coke,mese ngicabange ukuthi konje ngithenge ama khekhe,ngiphose emlomeni elodwa mese leli ngilidle phezulu njengoba nibona lingaphelile. Aibo Ngingene e Spar ngithenge ama khothi Ubusuku Obungasoze Ngabukhohlwa (Kodwa Angikwazi Ukuyeka Ukuhleka)

Awu 6 since bengisahleli ngedwa, Ngithi ngyapaka eBeach ngizwe ukuthi no maaaan khona into e off ngisuke ngiye kowenza iynzipho cause manje ngihleka ngedwa and what if ngiqalwa uku hlanya wanted to be with people that I’m comfortable with.

Ngithe ngfika e salon ngezwa engathi estulwini ngihleli kudeeee le, I couldn’t feel my feet and bakhuluma I slow motion ngiqale ke ngindakaze into engekho.

Buhle!! Yindaba?? Ngihleke kakhulu, ngbuye ngizisole.ngithi pull yourself towards yourself baby girl ngiqale phansi ngihleke 3hours later siqede ukwenza iynzipho ngilibele ukusineka ngingene emotweni akaze ngijahwe abantu abafuna ukungiphuca i YSL yami kanje drove around I suppose I was speeding cause I could see these people with a white etios behind me with guns Ngishaye imoto ngize ngiyongena eADDINGTON ngifike ngichaze ukuthi ngijahwa abantu, bephume bakithi akunamuntu.




I vividly remember ngichaza ukuthi ngsuke e salon and they started chasing me. God bless loya nurse Waka Xulu that thought ngiqala ukusangana wangihlalisa phansi and asked ngihlalaphi, next of kin and shit, Aibo ibuye ingqondo sebekhuluma ngo psych patient Ngahleka ke manje ukuthi they think ngyahlanya,bathi mbuken bandla isono akusekuhle bandla ngihleke kakhulu Ithi ingqondo Aibo focus wena.

Ngiphinde ngithule ithi into phuma uhambe cause uzojovwa nezinto ongazazi Mengithi ngyaphuma i security lingivimbe ukuthi ngingaphumi cause they already opened a file no Bp Bangilalisa estreshini Ngithi ngyazela,banginika neshidi ngazumeka.

Ngiphaphama ngoba sengivuswa u Dr I think bese beshintsha I shift sekuyashiwo that she’s a psych patient. Ngavuka njengo Under Taker ngachaza what had happened, and ingqondo ibuyile when I woke up to pee ukuthi ngidle ama space that’s why nomfana said don’t eat them usazoshayela. Ngigcine ngiphumile ke esbhedlela after sebebonile that I’m normal and they made me sign ukuthi ngizi khiphe mina cause they still wanted to take bloods nan nani. Ngiqeda ukugeza nje and mengiwakhipha ku plastic anuka puh insango Angisebenzi namhlanje I’m recovering from last night.

Ubusuku Obungasoze Ngabukhohlwa (Kodwa Angikwazi Ukuyeka Ukuhleka)

Thumela amazwana

0 Amazwana